Ukubhuqwa inkemane kuchaza ukuqedwa yindlala Ukushaya esentwala ukushaya esentwana kuchaza ukudla usuthe kakhulu Ukukhomba ngejumbane Ukuba emva kwezinye lapha kuchazwa umuntu ongahambi phambili kodwa ohlale esalela emuva Kunhlanga zimuka nomoya kusuke kukhona izinto ezizama ukwenziwa kodwa zingalungi Ukukhihla esikanandi lapha kuchaza ukukhala Ukubabha iqhaza ukuba iqhaza ukuba mdibimunye noma ukufaka isandla kulokho okwenzekayo noma singathi ukuzimbandakanya nesenzo esithile lapho kukhona abantu aningi khona.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |